KUFANELE ukuba bahlikihla izandla futhi baconsa amathe abalandeli be-English Premier League (EPL) njengoba ukubuya kwemidlalo ...
UMQEQESHI weBafana Bafana, uHugo Broos, uqwashisa ngobumqoka bokungayiyeki ingqayizivele yethuba leBafana Bafana ...
UKUSEBENZA namaciko ehlukene ewenzela ama-beat ezingomeni futhi ewasiza nangokuphrojusa izingoma zawo, okugqamise wona - yena ...
AMAQEMBU aphethe ngokubambisana uhulumeni KwaZulu-Natal azifanise nephupho izinsongo zeMK zokuhlwitha uhulumeni wesifundazwe.
KUSEMQOKA ukuthi uzifune uma ungumuntu futhi udlinze ngemicabango yakho ngendlela okhuliswe ngayo. Encwadini What happened to ...
Bashaqwe oKlebe besemhlanganweni wesigungu esiphezulu ngoLwesihlanu abaholi bakamasipala waKwaNongoma okuthiwa basolwa ...
I-IFP ithi ibheke ukuthi ikhansela layo eliqokelwe kwesobumeya kuMasipala waseNdumeni, uMnuz Mcebo Mkhize (26), lidale ...
UMCULI kamaskandi uKhetha Mlotshwa odume ngelikaMaganga Thishela, uthi wayengaziboni engumculi kamaskandi kodwa ukusina ...
UCHAZWE njengesibani ebesikhanyisela wonke umhlaba, uMfundisi Mzwenkosi Ephraim Gcwensa (73), webandla lamaNazaretha ...
I-MK izosebenzisa umgubho wayo wokuhlanganisa unyaka, ozokuba seThekwini, ukugovuza abantu baKwaZulu-Natal ukuba bakhiphe ...
Umqeqeshi wamaBhokobhoko uRassie Erasmus usechazile ukuthi kungani enqume ukushintsha umqondo wakhe aphumuze umdlali waphambili, u-Ox Nche, abemfake eqenjini elizoqala umdlalo neWales ngoMgqibelo ...
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal abophe abane abasolwa ngokuba ngabavukuzi abangekho semthethweni abatholwe namatshe akhipha igolide angabiza ngaphezu kuka-R3 million eNtumbane, oPhongolo ngoLwesine.