News

UMA uhluleka wukuzilungiselela vele usuke. Uyinkinga umuntu ogulayo kodwa ebe engavumi ngoba akulula ukumsiza.
Nakuba uNabi ekuqonda konke lokhu nokuthi iPolokwane izoba nzima kangakanani kodwa inkinga enkulu abhekene nayo ngokusho kwakhe, wukufaka kwabezindaba unyawo lwedada ezindabeni okufanele ngabe ...
AMAPHOYISA kumasipala waseTshwane esifundeni sesithupha eMamelodi abeqhuba umsebenzi wosuku ngesikathi ebona imoto imi phakathi komgwaqo uSolomon Mahlangu, eMamelodi East.
I-Alcazar evala isikhala seGrand Creta ingena phakathi kweCreta neTucson futhi ilayisha abagibeli abayisikhombisa ukubala ...
UMASIPALA waseMhlathuze usuthole ingqayizivele yethuba lokungenisa imali nokudoba iso labatshalimali ezindaweni ezakhele le ...
Abakhiqizi bamawayini bahlela ukuheha abathengi ngemikhiqizo yabo esezingeni eliphezulu emcimbini weChampagne & Bubbles ...
Isolezwe litholile ukuthi abasebenzi bakulo Mnyango bakikiza buthule ngokumiswa kukaShabangu, futhi abafisi ukuthi abuye.
KUSEMAHLOMBE ethu ukungabukeli phansi izindawo esihlala kuzona zasemakhaya, futhi singahlale sithuthelana emadolobheni amakhulu kuphela ukuyoqophela imidlalo ehlukene khona. Asisebenzele ezindaweni ...
IZIKHULU zebhange Ithala zithi kuzothatha isikhathi eside ukuba likwazi ukusebenza ngokwejwayelekile kulandela isinqumo senkantolo esilivumela ukuba liqhubeke nokusebenza ngokwejwalekile ...
Okhulumela amaphoyisa KwaZulu-Natal, uLieutenant Colonel Paul Magwaza, uthe amaphoyisa asoThongathi aphenya icala lokufa ...
I- SOUTH African Social Security Agency (Sassa), izwakalise ukukhathazeka ngemibiko engamapunge esatshalaliswa nsuku zonke ngale nhlangano, ikhala ngokuthi abenza lokhu bazama ukudukisa umphakathi ...
URamaphosa wajuba owayeyiphini likaNgqongqoshe wezeziMali, uMnuz Mcebisi Jonas, ethimbeni eliphemba ubudlelwano neMelika. Lokhu kulandela ukukhonjwa indlela kobeyinxusa eMelika uMnuz Ebrahim Rasool ...